peperonity.net
Welcome, guest. You are not logged in.
Log in or join for free!
 
Stay logged in
Forgot login details?

Login
Stay logged in

For free!
Get started!

Text page

hleka.peperonity.net

uzochazeka

TRUE STORY SIZOBALEKISA ABAYE SIBEMNANDI
KWABANYE
Ngivakashele elinye lamadolobha amancane engeke
ngalidalula ukuvikela isthunzi salo. Lomuntu engze
kyena usespani ngborekile emini ngithi anglule
izinyawo ngyothenga iEtym ePep..... Mawuya ePep
unqamula erank. Ngcondoze
ngisondele kwitekisi enodilayva abazhlalele nje
phakathy ngithi babeyishlanu. Mangsondela
ba-demand-e uxolo. Ngizibe ngizdlulele beyise bahleke
bangisho bangisho ngize
ngyongena ePep. Ngbuye bangiqale phansi nabagibeli
abaseduze babukele bathule........
Nijike ngibuye ngize phambi kwetaxi ngifone ngifake
iphone kwiloudspeaker. Lukhale
ucingo. Kuphendule indoda
Ofonelwayo: Hello
Mina: unalo ipen nephepha? ngcela uthathe le number
plate engzoybiza
Ofonelwayo: Yini ndaba kunenkinga yin?
Mina: yah encane kodwa thatha le number plate
ngzobuyela kuwe
Ofonelwayo: Ok shesha ubuyeleke.
Mina: ok
Ngsondele eduze nescabha ngcele lo ocele uxolo.
Bakhombane kungabikho ophumela
obala. Ok ngcela obengthuka. Hhayi kushaywe isthilolo
akekho ofuna ukuphuma athi
omunye uphumile akekho la klemoto. Ngithi ok
Lalelanike. Niyizigora nihlalele ukuthuka
abantu besfazane abanganenzanga lutho kumnandi
nibukisa kbagibeli benu. Nizogxobeka
blind and ngzokwenza iexample ngani. Umnini waletaxi
kuzobonwanwa naye and
uzonikhipha nonke. Baxolise bathi bebedlala. Ngithi
umuntu wesfazane akayena
uDoormat hlukananike nokubachapha ngezinhlamba
ngoba nosukela oyonikhuhla blind
uma nijwayele amantombazane alapha athulayo.
Minake angyena owala aningazi....
Kwathi swaca kwathuleka.... Ngacondoza ngazyela
endlini. Nalo okade ngimfonele ubro
wami omncane onebhesi yokungena estejini ozfundela
ugrade 9 ....
Ngasiqoqa isithunzi somuntu wesmame erank...
Ngyanithanda ladies nani magents
enaziyo ukuty umuntu wesfazane ungumuntu...

This page:

Help/FAQ | Terms | Imprint
Home People Pictures Videos Sites Blogs Chat
Top
.