peperonity.net
Welcome, guest. You are not logged in.
Log in or join for free!
 
Stay logged in
Forgot login details?

Login
Stay logged in

For free!
Get started!

Text page


hleka.peperonity.net

abant abamnyama banokwabo nje ngek ubaqonde

abantu abamnyama bahlae benokwabo nje........
Ube nentombi enhle uzozwa kuthiwa unomuthi
yakuqoma kanjan lentombi unje.
Ube nentombi embi uzwe kuthiwa uyimbongi (Ubona
ubuhle nala bungabonwa khona)
Ube nemoto enhle ebizayo, Uzozwa kuthiwa akuyona
eyakho or uyafa I instalment.
Ube nemoto njeeee enganasmanga Uzwa kuthiwa ave
uyinqonqela usebenza sengaze uhambe
ngomhlahlavu!
Uhlale emqashweni Uzwe kuthiwa akakhi ngani uyoze
afe esemqashweni.
Uqale wakhe maybe u 3 Room, uzwe kuthiwa
ubakhelani
uma enganamali.
Uzithulelel uzozwa kuthiwa ave uzitshela uyazifonela.
Uxoxe nje ukhululeke uzozwa sekuthiwa ave
uphaphile
actually upaqile.
Uma udriver I Mercedes ube umncane uzwa kuthiwa
kufanele ukuthi eyamama or baba wakhe noma Ifa.
uzihathe kahle uqome but ungabi nangane bathi
uyazikhipha izisu.


This page:




Help/FAQ | Terms | Imprint
Home People Pictures Videos Sites Blogs Chat
Top
.