peperonity.net
Welcome, guest. You are not logged in.
Log in or join for free!
 
Stay logged in
Forgot login details?

Login
Stay logged in

For free!
Get started!

Text page


hleka.peperonity.net

ikuph owadlula kukho

mina ngangimemeza sisadla isvakash ekhaya masivakashile, ngth okwam okuZosala, noma silambe kanjan s

Eziphi ezazikushaya usakhula.
1.uma uzoya etown noma eclinic ubuthongo babungafiki ngoba uzogibela ibus nasekuseni umama wakho aze avuswe wuwe.
2.uma ungena esitolo sezingubo uzoqonda ngqo kwicarricature (isichuse) ufike uyiphenye isiketi ukuze ubone ukuthi iligqokisiwe yini iphenti.
3.uma kwenzekile wathi ujika ikhona wabona umuntu omdala echama uzozisola ngoba usaba ukuvaleka amehlo.
4.uma nidlala imizi ukhalele ukuba umama noma ubaba ngoba kuyatholwatholwa.
5.uma umuntu wakini ecela umuphe ukudla uvele ukuthimisele.
6.uma kuphekwe inyama yenkukhu awuzuli.
7,uma uthengelwe izingubo ezintsha ubuya etown suzigqokile.
8,ma kufike umlungu ngakini nizomngunga ke nifune ukumthinta.
9,rabha i excesize ngamathe nangesihlilingi.
10.hleze uconfusekile ukuthi abntu baqabulana kanjani.
11.mawuchamile ulala nomfana wakini uvuke ebusuku umshintshe ibhulukwe umgqokise elakho.
12.mawuchamile uvuke kuqala besalele ukhe amanzi ngojeke uwachithele kude ukuze agobhozele kuwe.
13.uma uphunyukile wasuza wezwa kunuka uzobabaza kuqala.
14.ube nentombi oyiqokayo ongakaze uyishele.


This page:




Help/FAQ | Terms | Imprint
Home People Pictures Videos Sites Blogs Chat
Top
.