peperonity.net
Welcome, guest. You are not logged in.
Log in or join for free!
 
Stay logged in
Forgot login details?

Login
Stay logged in

For free!
Get started!

Text page


hleka.peperonity.net

money talks

Abazali baqeda kuthola ukuthi
ingane
yabo ena19 ikhulelwe
ikhuleliswe ubaba ona50
awu mtanami wazewasiphoxa,
kusho umama, athi ubaba kodwa
usungaze
umithiswe umuntu ongangami?
Ngakusasa
kufike iDodge ebovu kwehle
umnumzane nje
ongamlinganisela ko50yrs
abingelele ahlale phansi, athi
"Ngiyaxolisa ngento
engiyenzile enganeni yenu
nokuthi
ngeke ngiyithathe ngoba
ngishadile kodwa
nakhu engizanakho uma ingane
yenu
isibelethile (1)Uma ithola umfana
ngoyinika
u1million nehhotela lami elilodwa
(2)Uma
ithola intombazane ngoyinika
uR800000 
kanye namatekisi ami amabili,
kepha
ngicela ukubuza ukuthi uma
ingane yenu
ichithekelwa isisu
ngenzenjn?"Amemeze ubaba
"UMBHEBHE FUTHI"!!!


This page:




Help/FAQ | Terms | Imprint
Home People Pictures Videos Sites Blogs Chat
Top
.